Nehodí se? Vůbec nevadí! Zboží můžete vrátit až do 30 dní
S dárkovým poukazem nešlápnete vedle. Obdarovaný si za dárkový poukaz může vybrat cokoliv z naší nabídky.
Incazelo emfushaneIningi lethu sibheka impilo ngezimo zenhliziyo ezahlukene. Angikhulumi ngokugula uma ngikhuluma ngezinkingazenhliziyo kodwa ngikhuluma ngezinkinga ngokomoya nangokozwelo.lezizimo ziyimiphumela yokuziba izimo esibhekana nazo empilweni okungaba ukulahlekelwa,ukuzila,usizi, injabulo,ukuthula kaye nokweneliseka. Ngoba uNkulunkulu uvamise ukukhuluma ngazo. Uma ekuletha kulesosimo,kusho ukuthi ngelinye ilanga ungaphenduka nawe usize omunye. Ayikho into enhle njengoku mamatheka komuntu oke wakhaliswa zinqinamba. Makabongwe uNkulunkulu noYise weNkosi yethu uJesu Kristu, uYise wobubele, uNkulunkulu wenduduzo yonke, osiduduza ezinkingeni zonke esibhekene nazo, ukuze nathi sibe namandla okududuza abasosizini, nomangabe olunjani, ngenduduzo nathi asiduduza ngayo. (2 korinte 1:3-4) Incazelo epheleleIningi lethu sibheka impilo ngezimo zenhliziyo ezahlukene. Angikhulumi ngokugula uma ngikhuluma ngezinkingazenhliziyo kodwa ngikhuluma ngezinkinga ngokomoya nangokozwelo.lezizimo ziyimiphumela yokuziba izimo esibhekana nazo empilweni okungaba ukulahlekelwa,ukuzila,usizi, injabulo,ukuthula kaye nokweneliseka. Ngoba uNkulunkulu uvamise ukukhuluma ngazo. Uma ekuletha kulesosimo,kusho ukuthi ngelinye ilanga ungaphenduka nawe usize omunye. Ayikho into enhle njengoku mamatheka komuntu oke wakhaliswa zinqinamba. Makabongwe uNkulunkulu noYise weNkosi yethu uJesu Kristu, uYise wobubele, uNkulunkulu wenduduzo yonke, osiduduza ezinkingeni zonke esibhekene nazo, ukuze nathi sibe namandla okududuza abasosizini, nomangabe olunjani, ngenduduzo nathi asiduduza ngayo. (2 korinte 1:3-4)
Ahoj! Jsem Libroamiko, tvůj knižní rádce.
Jak ti můžu pomoct?