Nehodí se? Vůbec nevadí! U nás můžete do 30 dní vrátit
S dárkovým poukazem nešlápnete vedle. Obdarovaný si za dárkový poukaz může vybrat cokoliv z naší nabídky.
Ukudlala kuyisinyathelo esibaluleke kakhulu ekufundeni. I'Masidlaleni' yincwadi ekhuthaza izingane ukuthi zithole indawo yazo ezifanele nalapho zizosebenzisa lokho okusezinhliziyweni zazo.Njengoba yona igcwele abalingiswa abehlukahlukene abazalelwe eNingizimu Afrika, nakanjani le ncwadi izozikhuthaza izingane ukuba ziqambe izindaba zazo, nazo ziziphonsele inselelo yokuthi zizame imidlalo emisha futhi zibe nenjabulo enkulu nabangani bazo.